Jesback
Disciple of Prayer
Baba ngicela ungikhulekise nginenkinga othandweni engikulo for ### years ngikuloluthando baba kodwa aluyiphambili aluphumeleli baba ngicela ungikhulekise ukuthi ubabawezinganezami angilobole angishade angithande ngokweqiniso angihloniphe angilalele ayeke ukufeba ayi uyangihlupha lomuntu ngobufebe ngicela abuyeke baba ahlukane nalamantombazane angibhanqenawo ngicela angethembe ubabawezinganezami kuphele nalezizinxabano ezihlale ziphakathi owami naye ngicela u### ### ### angilobole angishade angithande ngokweqiniso athembeke kimi angihloniphe yonke into ayenzayo nafona ukuyenza abambisane nami ngazozonke izikhathi lomuntu usengizalise izingane ezi### kodwa akafuni ukuzohlawula izingane akafuni ukuzongilobola ubhizi nje namantombazane nobufebe baba ngicela ungikhulekise ashintshe ubabawezinganezami ayeke ukuthanda amantombazane abeneqiniso kimi athembeke baba mina ngingu### ###
